Modern Maskandi

Modern Maskandi Sikuhlinzeka ngoLwazi Oludingayo Uma ungumthandi kaMaskandi.

Amaciko kaMaskandi siwalekelela ngezindlela (strategies) for FREE zokunyusa kakhulu inzuzo ayenzayo ngomculo awo.

03/12/2023
Mthandi kaMaskandi! Uma Udinga Ukuhlelela Unyaka Ozayo (New year's resolutions), Bukela Kulesibonelo Ngezansi..Thina nje...
26/12/2022

Mthandi kaMaskandi! Uma Udinga Ukuhlelela Unyaka Ozayo (New year's resolutions), Bukela Kulesibonelo Ngezansi..

Thina njenge Modern Maskandi nakhu esihlele uku achieve:

1. Ukunikeza ulwazi oludingwa abathandi baka Maskandi using YouTube, TikTok, Facebook kanye neWebsite yethu..

NB: Episode eyodwa kuYouTube every Tuesday.. then more than 3 TikTok videos a week..

2. Ukwenza ama videos with better sound quality and with better video editing..

3. Ukusiza abaculi abasafikayo, ngolwazi lwethu olunzulu ukuze abaculi bezokwazi ukuthengisa umculo wabo kakhulu mese benza inzuzo..

Kuyokusiza nawe Uma wenza i new year's resolutions ukuthi izinto ozihlelayo zihlukane mese uzama ukuthi zicace bha!!

LONG SERVICE by Dr Khangelani...Lena enye yama albums ashisayo ku2022..!Uma uyilalela kahle yonke uthola konke okufunayo...
12/12/2022

LONG SERVICE by Dr Khangelani...

Lena enye yama albums ashisayo ku2022..!

Uma uyilalela kahle yonke uthola konke okufunayo nokuqukethwe i album emnandi negculisayo..

Umyalezo, isigqi, ukshinga kanye nengoma yothando.. konke kukhona,

Akumangazi ukuthi abantu abaningi bayayixhasa le album..

Ziningi ezimnandi igoma, ethe yangithinta emanonini kakhulu ilena ethi Imali (feat. Fezi Gumede).. zikhona nezinye such as Long service, Bhinca lami, Stufuza Sami, etc

Usebenze kakhulu uDr.Khangelani DSD ISILO Somaskandi Mhlongo. nawe ungamlalela kuma digital stores kulama link angezansi:

https://m.youtube.com/playlist...
https://music.apple.com/za/album/long-service/1658186016
https://open.spotify.com/album/5SNndzlnEsDiFNIz7PMgfS

Kusasa siyabuya futhi nomunye umculi owenze kahle. Okwethu ukuvezela abantu obala especially makuziwa kuma digital stores ukuthi bangathenga kanjani..

Ungakhohlwa uku follow i page ukuze ungeke uphuthelwe ulwazi loku support abaculi makuziwa kuma digital stores.

Dr Khangelani Β· Album Β· 2022 Β· 13 songs.

12/12/2022

u Mroza Fakude usebenze kahle kakhulu kule Album ayikhiphile ka2022.. impela ikhono lomuntu anenke ulenze lutho.. siyabonga mfoka Fakude ngomculo omnandi πŸ”₯πŸ”₯.. sengilalelile zonke izingoma zakhe kuma digital stores, nawe ungaya ku Spotify uyolalela or ungene kule link for his Youtube channel https://www.youtube.com/channel/UCZbtBddL8LD-Y6Ck9LEyM6g

04/02/2022

Siyanibingelela siphinde sinamukele siyi Modern Maskandi Podcast kwi page lethu. Uma uthanda uphinde ulandele umculo kaMaskandi, ufike ekhaya ilona leli i page lakho.

Laykhaya sine YouTube channel lapho sikunikeza izinhlelo ezimnandi ze-podcast, esisuke sikhuluma kabanzi ngezinto ezenzeka endimeni kaMaskandi. Siphinde futhi sibe nama- interviews namaciko kaMaskandi, abalandeli, nanabo bonke osaziwayo abaku Maskandi.

Uma uthanda umculo wakithi futhi uzimisele ngokwazi kabanzi ngama ciko kaMaskandi, ungakhohlwa ukucindezela usilandela kulelikhasi.

Address

Marianhill
Durban
4000

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Modern Maskandi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Modern Maskandi:

Share