Kettynsdm

Kettynsdm Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Kettynsdm, Visual Arts, Elindelani, Durban.

28/07/2021

So as sisaqabulana kanjaloke wabuya umqondo ay man bazothini abantu phakathi nomgwaqo amanyala.ngimphushe ngimtshele ukty ayikho ryt lento esyenzayo qede lapho ngbuyele ekhaya .ngfike ekhaya nghlale phansi lapho ngyamamatheka ngiphuthaze amaphakethe ngfuna ukukhipha ifoni phela khona ngizo WhatsApp ngiycinge kuwo wonk amaphakethe lutho ifoni ukvela foni dololo.ngitshele usis wami(Zama) athi angehlise umoya siyfonele .afoneke I ringer ize ingene Ku voicemail aphinde fty kuthi lapho eseyzama oksesine ingene_"hello"_"hey Zama tshela uzano ukty ifoni ikimina if eydinga akazoylanda ngipake LA emgwaqeni"oh messiya ongcwele ebsuku kanje ngzophuma ngithi ngyaphi ..lifike icebo ekugcineni sicuphise iscabha bese ngiyanyoba nangempela ngiybone imoto ngiqonde kuyo ngingene phakathi_"mfr uythathe kanjn I foni yami"ngibuza njh ngibaselekile sekze kwaphela ngisho utshwala egazini.angaphenduli uskaqakaqa avele athathe I can ye brutal ebanda mpo anginike .ngilingeke nami ngiythathe ngiyphuze ay man khona into Ewrong lah ngoba ngizwa sekushisa igazi ngijuluka ..angz gyz kwenzekalani emva kwalokho ngoba ngaphaphamela endlini engingayazi ..emzimbeni ngingagqokile umzimba ubuhlungu nekhanda lisinda ..aybo ngabe ngilale lah ??ngiqale ngitatazele sengthuke kazi ekhaya bathi ngikuphi .mangithi I shidi engilele phezu kwalo ligcwele igazi ngvele ngikhale .emva kwalokho ngezwa kukhala iscabha oh uskaqakaqa __"mft ngikephi ..ungenzeni ??aphendule ngomoya ophansi _"khululeka Zano ukuthandile yehlisa umoya uhambe uyogeza bese syahamb" _cha uyinja lomuntu ngihambe ngiye kogeza zivele zibuy zonkr insizi ngiqale phansi ngikhale futhi ngine sure ukty angilalanga nomuntu oyedwa ..ngiphume emanzini ngyogqoka angyise emotweni sihambe ...

Isaqhubeka

If ucabanga kwenzekeni Ku Zano

Hee nansi into LA angazi ngthini kodwa kishubile.Anyway I'm Zanothando Mweli well ngingasho ngithi ngimdala ngoba ngine ...
21/07/2021

Hee nansi into LA angazi ngthini kodwa kishubile.Anyway I'm Zanothando Mweli well ngingasho ngithi ngimdala ngoba ngine ID😄......well minake ngime kahle ngimuhle dark incompletion 👧🏻nginomzimba (chubby)😍..and ngiziphapheleke lokhu okungatheni😃...khona ubhuti la ngasekhaya👦🏻yerr lo bhuti muhle ne body structure iyangbulala ,uyajima (iskaqakaqa)🏋🏻...okay lo guy ungidriver crazy uyangiwota wota yabo meke ngambona Jesu🙆angz kwenzakalani ngegazi lami ngvele ngishiselwe kukitaze inhliziyo .kunjaloke vele if umuntu ehlangana ne crush yakhe😊..
Okay zahambake insuku u Mr crush wabantu boom kthiwa usemithisil kif'kif and lentombazane aymithisile uzokipita nayo🙆🤦🏻..into engangiyinyanyile yacabangake unyanyele umuntu ongakaze wakushela nakanye😥😂..ngangaba nankingake nomakoti mkipito wakhe🤥ngazamake ukuty ngiqede imizwa kaskaqakaqa nga rubber imizwa sengenzela phela lesi si-aram sengane yabantu esimithiswe I crush yami🤓...kwenzeka one slinyana day 😂ngahlangana noskaqakaqa empompini bafethu yabo laphaya makthiwa ngangdakiwe stru ngangzomngenela 💏 .okay wangbingelelake u guy "NKOSAZANE uryt" namike ngavuma kodw ngenhliziyo ngfuna njh asho enye into just ukuqhuba I conversation yabo 😃 lutho umuntu kunalokho wangbingelela qede wadlula 🤓yerry yabo lendoda idlisiwe ngyanitshela🤞🏾.kwaze kwaphela yona I crush nomakoti pakity wateta😍kwakuhle....indabake yoniwa I Brutal fruit 🤦🏻sdakiwe sobabili uyacabanga ngizohlangana naye emgwaqeni kulowomzuzu akukho ngisho ugesi kumnyama njh (load shedding) .ngambingelela ngathi ngyadlula wangbamba isandla ngalosser I balance ngaze ngabalancer ngesfuba sakhe 😂😂yavele yana imvula yama feelings kwakutaza ubhozo kwagxuma inhlizo (bafethu ngacishe ngafa🤞🏾) ngazamake phela ukuziqinisa ngathi ukumphusha ,kanti ngzothi ngyamphusha nginyathele itshe lingikeqe azame ukungbamba u bae crush ..wathi angyeke ukuba rough ngoba ngzolimala kanti ngdakiwe ngambuzake Mina aybo bhuti ufunani kmin wathi ufuna skhulume well I gave him I chance wakhuluma ."uyangshela"😃inkinga phela sphakathi nomgwaqo and nomakhelwane bathanda nendaba ,ngathi ngsacabanga omakhelwane ngezwa ngama lips akhe eshisa kamnandi kwawami 🙆💏yooh Jesu lobhuti ungenzani kwathamba umzimba ngawamukela saqabulana magena🙆ama lips akhona Jesu a taste 🕊juice angz ngachaza ngthini
.........to be continue........comment...n...like...

21/07/2021

Noma bengathini syawa sphinde sivuke

Address

Elindelani
Durban
4309

Telephone

+27793353398

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Kettynsdm posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category