31/10/2022
Impilo ayinamahloni
Kube impilo umunty ngabe sumphakathi Kade saqeda ngaye
Phel isiqedile ngath mpilo wabanjani ungakwaz kucabangel nGisho munt wesfazane inseka kwen zashonaphi
Ufike umunty umphuce ukudla emlome bese umphuca Abantu abamthandayo
Kube ngyaz kuthy utholakal ngakuph ngabe usula Kumi ngoba ngisafisa kukupheka ngembuzo enzulu Kabi kuthy wangicabangelan Mina empilwen ngoba konke enganginakh wakheth ukuthatha izenzo zakh uzibhekise
Nginjenjenje uwen nongabi nothando lomunt ophilayo Kant mpilo unjani uthi ngibe nobani
Kube kuyangamii ngabe ngith phindel laph uqhamuka khna keph awaziwa kuth wavela
Kant mpilo unjani uthi ngibe nobani musuthatha konke enganginakh wakheth ukuthatha nGisho insiswa ewubaba Kimi
Mpilo ngyakubonga sengibonile inseka into ongenao