01/08/2025
Dear Mjita Ohlanganisayo
Lova Wami ngithemba ukuthi uryt .buka
ngfuna kuktshela ukuthi lesimo oksona
ungafeli kusona Mjita Wami phanta
njayami ‚ungaphiki nolova abanye abanayo
iVari and abanye bakhala emakubo
kuzwakale wena uwedwa, Bra wami
uyithemba le-Oledi noma leSgriza Musa
ukfuna ukujabulisa bonke abantu awuyena
unkulunkulu.
Umngani Offended ngezinto ezingeke
Zikufakele isikwa ,nale Cherry yakho
mayizishaya ngokuVaya aymashe mft
awusiyo iCampany.mjita unedladla okmele
ulivuse noma wakhe umuzi wakho ,ekhaya
babheke wena mf2 ,Amatheken bafo
maningi Ungakhathazeki khona lonke uhlobo
kodwa ungabi isiyoyoyo,.