Buhlebzile Da Poet

15/02/2024

LONG TIME NO SEEN 🔥❤🔥IZOLO BENGI PEFORMER KSASA NGZOFAKA I VIDEO 💕VALENTINE 💘VIDEO

WAZE WAQALA KAHLEKE MINA UNYAKA WAMIE❤❤❤NGYABONGA LOKHU KUCHAZA LUKHULU KIMINA
01/01/2024

WAZE WAQALA KAHLEKE MINA UNYAKA WAMIE❤❤❤NGYABONGA LOKHU KUCHAZA LUKHULU KIMINA

365 DAYS COMPLETED  IT WAS A  DIFFICULT YEAR KUMINA  BUT UKUBONGA  KUBO BONKE ABAKULELI PAGE 🙏🙏❤🙏🙏I'M JUST THANKING YOUR...
31/12/2023

365 DAYS COMPLETED IT WAS A DIFFICULT YEAR KUMINA BUT UKUBONGA KUBO BONKE ABAKULELI PAGE 🙏🙏❤🙏🙏I'M JUST THANKING YOUR SUPPORT

KUNING KUNJALO OKWENZEKILE KUKHONA OKUHLE & I SUPPORT YENU IS ONE OF THOSE ❤❤❤NGIYAZEHLISA KINI NGYABONGA

INKOSI INIBUSISE IPHINDE INIKHANYISELE🕯🕯🕯KLOKHU ENIKUFISA UKUKU ACHIEVE NEXT YEAR👏❤👏INIGCINE


26/12/2023

Umkhumbula esethin u Scelo Mpungose imbongi 😭😭🕊❓

25/12/2023

SBONGE🙏 INKOSI ISASIGCINILE

MERRY CHRISTMAS KINI NONKE🥂❤ IMBONGI YENU IYANITHANDA

21/12/2023



" ukuthi
Impilo musesonweni
Ayina shwele noma
Ungaya ka Shembe

bazokutshela ukuth
Lapha kunqoba abanqaba😪💔
Iziyalo abathatha
Ezabazali ngoba nengane😭💔
Ekhalayo ifela embelekweni

ekukhulekeni
Eii ngoba kuhlabana
Abanesineke 🤞🏿💔mhlaba uyehlaba
Uyehlula ondlavini ubaphendula
Ihlula


Isusa liholwa zizagila
Zalo thinake impilo
Siyasigile mayisidengisa

isinikeza 😭💔
Esingakuthandi ngisho ngoba
Unyaka uyaphela imsebenzi
Ayikho 😥

laphela izwe 😭😭💔
Lobaba ezikoleni 😪sesafunda
Sizondla imali
Yedingo zethu isiphenduke
Ichilo

Kanti besezishayelani😥💔
Endukwin sasinothando koda
Sesinomlando 💔lawa ngamazwi
Abe yinqophamlando😭 othandweni
Lenu

ithuna 🤞🏿💔
Nikhohlwe ukugeqa 😭amagula
Kophathina benu ngoba
Uthando ludinga ismilo
Neqiniso

seninokuqinisa amanga😫
Maniqala nikhohlwe ukuth 💔
Inhliziyo injengejini🤞🏿 ayidumi
Kanjalo uma isazosuka

bajola no Sbonelo
No Kwanele kodwa kuba
Khona kuka Sanele kyamuthokozisa

Kungcono ukuhlala nento😭 🤞🏿❤
Yakho ukunokubalekela inkinga
Zakho ngenhloso yokyoqala
Kabusha nongamazi

By
✍️🔥

Buhlebzile Da Poet ............................................................

SUPPORT AND FOLLOW KUKODWA KIM KYANGAKHA 🙏🙏🙏🙏NOMA UGXEKA KLUNGILE

NGYABONGA KWI SUPPORT YENU

19/12/2023

KUKHO KONKE OKZAMAYO NOKUFISAYO ENGATH KUNGAKHANYA🕯🕯🕯🕯NGISHO KUWE OFUNDA LE POST

17/12/2023

"ABANGANI ABAHLUKILE NESIFO SENGCULAZI OSITHOLA NGOKUNGANAKI MAWENZA UCANSI IJAZI UNGALIGQOKILE"

~ E TARVEN

17/12/2023

MAKUNGATHIWA CHAZA

LONYAKA KA 2023 UKUPHATHE KANJAN ❓

13/12/2023

AKE NGINELULEKE NAMHLANJE 🙏❤

KUNABAPHUMELELE✔️ KUNABANGAPHUMELELANGA❌

BEFORE UNYAKA 2024 UQALE✅

ZIBEKELE AMA GOALS AKHO ✅

UNGAZIBUKELI PHASI KUZOKWENZEKA ✅

LABA ABANGAPHUMELELANGA✖️

UMSHUMAYELI VERSE 3 UTHI "KONKE KUNESIKHATHI SAKHO"

UNKULUNKULU WADALA IZULU NOMHLABA NEMVELO NABANTU🙏🙏🙏KONKE WASEKUDALA NGEKHATHI EZAHLUKENE

NGALOKHO NGITH MINA SASINGEK SIFIKE NGEKHATHI EZIHLUKENE MAKUYIKHUTH🤞🏿🤞🏿🤞🏿🤞🏿SASIDALELWE IMPUMELELO YASKHATH ❤❤❤ESFANAYO

PHINDA UZAME UGUQE UCELE ENKOSINI NGOBA IYO EYASDALA YATHI🙏🙏🙏IYOHLELA IZINKINGA UKUZE SIYOYIKHUMBULA NJENGESIXAZULULO

OTHI NGIME

07/12/2023

UMSEBENZI WAM ENKANTOLO YOTHANDO ❤❤❤FOR UKUYIZWA YONKE NANSI I LINK kwi First comment 🙏🙏🙏NAM NGIWUSONKONDLO

Address

PIETERMARITZBURG
Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Buhlebzile Da Poet posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category