Xulu CLAN

Xulu CLAN IMBIZO YESIZWE SAKWAXULU

Ubumbano lwabantu bakwaXulu, abaqhamuka umhlaba wonke.

18/03/2026

INGWEVU YAKWAXULU

Siyanxusa ukuthi Uma kukhona ohlangana noMkhulu noma uGogo wakwaXulu osekhulile asitholele I Video yakhe Kanye nemininingwane yakhe.Siyokujabulela kakhulu lokho BoDonda,πŸ™πŸ™πŸ™

NGIYAKHULEKA EMAKHOSINI AKITHI KWAXULU, NGIBINGELELE KUNDUNANKULU, ONDLUNKULU, OSOMLANDO, OGXABHASHE KOKUHLUKANA KWEZIKH...
07/02/2026

NGIYAKHULEKA EMAKHOSINI AKITHI KWAXULU, NGIBINGELELE KUNDUNANKULU, ONDLUNKULU, OSOMLANDO, OGXABHASHE KOKUHLUKANA KWEZIKHUNDLA NAKUSONA SONKE ISIZWE SIKAMADANGA πŸ™

SIdlulisa ukuxolisa ukuphuza ukufaka I PosterπŸ™siyanxusa kuMaGxabhashe angakwazi ukuphumelela kusasa ukuyofihla ithambo leNdodakazi kaBaba uSOMLANDO,kwabadinga imininingwane bangasebenzisa izinombolo ezikwi PosterπŸ™πŸ™πŸ™

*BoGxabhashe siyacela ukuthi niyifake Kuma STATUS ENU(WhatsApp or Facebook)*πŸ™πŸ™

NGIYAKHULEKA EMAKHOSINI AKITHI KWAXULU, NGIBINGELELE KUNDUNANKULU, ONDLUNKULU, OSOMLANDO, OGXABHASHE KOKUHLUKANA KWEZIKH...
01/02/2026

NGIYAKHULEKA EMAKHOSINI AKITHI KWAXULU, NGIBINGELELE KUNDUNANKULU, ONDLUNKULU, OSOMLANDO, OGXABHASHE KOKUHLUKANA KWEZIKHUNDLA, NAKUSONA SONKE ISIZWE SIKAMADANGA πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

BoGxabhashe ngiyathobeka uthando eningikhombisa Lona,ngizamile ukuphendula wonke umuntu kodwa Uma kukhona abasale ngephutha seniyongixolela kakhulu πŸ™ ❀️ ❀️ ❀️ ❀️ ❀️ ❀️ ❀️ ❀️

Izandla Zedlula ikhanda πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™
30/01/2026

Izandla Zedlula ikhanda πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™

17/01/2026
31/12/2025

NGIYAKHULEKA EMAKHOSINI AKITHI KWAXULU, NGIBINGELELE KUNDUNANKULU, ONDLUNKULU, OSOMLANDO, OGXABHASHE KWISIGUNGU SIKAZWELONKE,KUMA REGIONS NGOKUHLUKANA KWEZIKHUNDLA NAKUSONA SONKE ISIZWE SIKAMADANGAπŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

BoGxabhashe Nginifisela unyaka omusha,nobusisekile ka 2026 siqhubeke nobumbano,sithembe ukuthi ngonyaka ka 2026 wonke ama Regions akwaXulu azobamba imihlangano yemihlahlandlela ukubambisana Kuma Programs azokhulisa uMndeni wakwaXulu,esakwenza e Melmoth kwaba yinqophamlando,asiqhubekeni sezifiso zethu ezinhle.

Unyaka omushaπŸ™πŸ™πŸ™β€οΈ

22/12/2025

πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

22/12/2025
22/12/2025
22/12/2025

Ukuqala kokwethulwa kwezipho zoMembeso kwaBase,kwenziwa abaKwaXulu,oJiba oNgadliwanyoni Nezimdlayo Azimudli Ziyamxakalaza, Madanga πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™Œ

Address

DURBAN
Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Xulu CLAN posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share