Awacebe Amaciko no Mlwazet

Awacebe Amaciko no Mlwazet Artists Development, Sihlomisa Amaciko ngolwazi ukuze athuthuke empilweni anothe�

Usuku olukhulu lwama Mlwazet Bavundulule Awards umhlaka 6 December 2025. Minyaka yonke njalo ngoMgqibelo wokuqala ku Dec...
16/09/2025

Usuku olukhulu lwama Mlwazet Bavundulule Awards umhlaka 6 December 2025.

Minyaka yonke njalo ngoMgqibelo wokuqala ku December kuba usuku okwenzeka ngawo ama “MBA” indawo ise Durban e Blue Waters Hotel (North Beach) azoqala ngo 1pm 🕐

Kuyavalwa ukungenela ama Mlwazet Bavundulule Awards mhlaka 30 September 2025
14/09/2025

Kuyavalwa ukungenela ama Mlwazet Bavundulule Awards mhlaka 30 September 2025

Mlwazet Bavundulule Awards 👌✅Kuhle ukusizana siphushane singabi namona, ngicela wonke umuntu oyibonayo le post akasendel...
09/09/2025

Mlwazet Bavundulule Awards 👌✅

Kuhle ukusizana siphushane singabi namona, ngicela wonke umuntu oyibonayo le post akasendele noma 10 or 20 wabantu abahlukahlukene abaziyo abakhona kwi entertainment space or business space nabo bangenele bazame inhlanhla yokuzikhulisa emkhakheni abakuyona Izandla ziyagezana.

Nakuma WhatsApp groups onawo lapho efonini yakho ngiyacela kakhulu ukuthi uwafake lawoma posters hleze ukhona ozoyithola ajabule naye asizakale 🙏

Mlwazet Bavundulule Awards 🏆Noma ubani uvumelekile ukungenela nawe uma kukhona omaziyo ungamazisa ngaleli thuba, as long...
08/09/2025

Mlwazet Bavundulule Awards 🏆

Noma ubani uvumelekile ukungenela nawe uma kukhona omaziyo ungamazisa ngaleli thuba, as long nje kuwumuntu oyiphanta okanye oyiciko osebenza kanzima for ukuphusha i brand yakhe.

ukuqoka abantu abazongenela kuvalwa ngomhlaka 30 September 2025

To nominate someone please WhatsApp 📞 : 0615252685

The Mlwazet Bavundulule Awards purpose is to recognise upcoming business people and artists, also turn impossibilies to ...
03/09/2025

The Mlwazet Bavundulule Awards purpose is to recognise upcoming business people and artists, also turn impossibilies to possibilities, uplifting black hustlers and make dreams come true.

- Calling All Upcoming Artists & Entrepreneurs in South Africa 🇿🇦 babizeni bonke leli ithuba labo and futhi kwamukeleke wonke umuntu ofisa ukungenela

📞 : 0615252685

Akekho onaka abasafufusa bazokhula kanjani uma engekho ama platforms azobakhuthaza aphinde abalekelele ukuthi amaphupho ...
03/09/2025

Akekho onaka abasafufusa bazokhula kanjani uma engekho ama platforms azobakhuthaza aphinde abalekelele ukuthi amaphupho abo afezeke, ngikhuluma ngama Upcoming Artist ngikhuluma Small Businesses so umbono wami wokusungula ama Mlwazet Bavundulule Awards usukela ekutheni nami ngiyiciko futhi ngusomabhizinisi I know ubunzima baleyo mikhakha especially uma usasemazingeni aphansi ne support ungayitholi.

Award into enkulu kakhulu iyamkhulisa umuntu as a brand imbeke kwelinye izinga ngakho ngiyazi baningi engizobavundulula ksasa bavelele babe izinto ezinkulu through lama Awards ✊

MBA 2025 abuyile 🙌 Mlwazet Bavundulule AwardsIt’s all about ukuphakamisana, sivundulula abasemazingeni aphansi sibabeka ...
02/09/2025

MBA 2025 abuyile 🙌 Mlwazet Bavundulule Awards

It’s all about ukuphakamisana, sivundulula abasemazingeni aphansi sibabeka esicongweni, lokho sikwenza unyaka nonyaka ngoba sifuna wonke umuntu aphumelele ngethalente lakhe or umphanto wakhe.

Mlwazet Bavundulule Awards 🏆 WhatsApp Number : 0615252685 📞

Please check our categories and mention bonke abantu ofisa bangenele on the comment section.

Closing Date For Nominations : 30 September 2025

Lasuka Lahlala Mlwazet Bavundulule Awards 🏆Ama Awards aqondene namaphanta wonke nje umuntu osafufusa osazama empilweni l...
01/09/2025

Lasuka Lahlala Mlwazet Bavundulule Awards 🏆

Ama Awards aqondene namaphanta wonke nje umuntu osafufusa osazama empilweni lama awards akhuluma naye 👏

Please share the poster with everyone omaziyo ozimisele ophushayo futhi omfisela okuhle kodwa ngabe usomabhizinisi or iciko leli ithuba lakhe lokuthi azibonakalise ukuze nomsebenzi wakhe uzokhula waziwe i South Africa 🇿🇦 yonke 🥇


31/08/2025

Ksasa kuyasuka lokho kuyaqala kuyavotwa for Mlwazet Bavundulule Awards 🏆👌🔥

Address

100 KE Masinga Road
Durban North

Telephone

+27632921737

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Awacebe Amaciko no Mlwazet posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Awacebe Amaciko no Mlwazet:

Share