Mom_Alice

Mom_Alice Informative life relating blog

Available for:
| Advertising | Promotions | Brand Placement | MC |

19/08/2026

Nginidubile 😏

"Ningasitjeni nje ukuthi umhlangano uzocala late ngoba nithi kumelwe uSiyaya noNkosikazi wakhe, sizoze sibamele uma ngab...
11/08/2026

"Ningasitjeni nje ukuthi umhlangano uzocala late ngoba nithi kumelwe uSiyaya noNkosikazi wakhe, sizoze sibamele uma ngabe beza nani vele, banaye yena uE10 wokuthenga utamatisi? Kusho uAnti omdala wekhaya onguthisha wase khreshi umndeni uhlangene kurondo ngesifo sikamamezala. Bafazi ukungabi notho emndeni uvele ube yisithatha ngyanixoxela. Phaphamani Maswati SACCO mfethu siyizintandane zakho njalo.

06/08/2026

Nanguuu oomunye...

Mina nendlu yami entweni ka ndodakazi Kayise Mlondi Zondo 😊😊😊😊yasikhonza ke ingane kwi   levangeli timeless worship❣️❤
05/08/2026

Mina nendlu yami entweni ka ndodakazi Kayise Mlondi Zondo 😊😊😊😊yasikhonza ke ingane kwi levangeli timeless worship❣️❤

Berachah Kitchen  ngilambe kuvevezela umzimba ngicinisile,  ningeze yini nangithi fa! Ngekota njengoba ngizondlula apho ...
04/08/2026

Berachah Kitchen ngilambe kuvevezela umzimba ngicinisile, ningeze yini nangithi fa! Ngekota njengoba ngizondlula apho eNhlangano ngina E20 ngibuya ukuyokoleka imali ebafazini basedladleni ngathi kuya mina kulenyanga eThekwini ukuyocupha amayadi sizothungela ama celebrity njengoba iFarmers Market isemnyango nje.

03/08/2026

Ngimkwatele lo Sthombesihle Dlamini

01/08/2026

Thina esazala abafana 🥲🥲

"Sicela kuphawule uMa wengane eculayo bakithi nge theme colour yomcimbi" lapho  kushiwo kimi cabanga😋😋
30/07/2026

"Sicela kuphawule uMa wengane eculayo bakithi nge theme colour yomcimbi" lapho kushiwo kimi cabanga😋😋

Phaphamani Maswati SACCO Mina abakhelene nami bayazi ukuthi ihlobo njengoba lizongena nje yimi loya bengizobe ngintanta ...
29/07/2026

Phaphamani Maswati SACCO Mina abakhelene nami bayazi ukuthi ihlobo njengoba lizongena nje yimi loya bengizobe ngintanta komkhelwane nengane, ngoba isimo sezindlu kwami sibheda, uyayazi indlu kathekwane kodwa eyakhiwe ngothayela? Yikwami ke lapho, ngisho into ehlale inetha njalo mina, isibanjwe yizitina phezu kwamathayela arusile ukuthi ingaphephuki. Bafazi nizongibuza kodwa ukuthi manje sekunjan????

28/07/2026

Sengibuyile ke ngizothetha!

Address

Matsapha

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mom_Alice posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Mom_Alice:

Shortcuts

Share