Imbongi YaseMsinga

Imbongi YaseMsinga https://youtube.com/ Ngezinkondlo siyophilisa izinhliziyo eziningi ezimanxebanxeba

๐Ÿ™๐Ÿพ๐Ÿ™๐Ÿพ
08/03/2026

๐Ÿ™๐Ÿพ๐Ÿ™๐Ÿพ

Usizi Kulahleka Intombazane Ena-18 EMsinga Efunda eCabangokuhle High School.

Ushaqekile umndeni wakaMajozi eDrayini eSkebhemi emuva kokulahleka kukaThulisile. UThulisile owaziwa njengoThulisile Zulu kuthiwa ulahleke ngoLwesithathu 04/03/2026 ebusuku.

Ilungu lomndeni uNompilo Majozi esikhulume naye uthe "Waphuma nje sihleli wathi uyochama. Sathi uyabuya uyabuya kanti asibuzanga elangeni, lutho ukubuya. Sambheka kwaze kwasa. Kuze manje akaze simthole. Sesize sabikela namaphoyisa."

Uqhubeke wathi umngani wakhe uke wamfonela wamthola, okuyindida uthe use-Dalton kodwa umndeni akuwenelisi lokho ngoba akayena umntwana ohluphayo. Kusolakala ukuthi uthunjiwe.

Uma ungaba nolwazi noma umkhondo nicely uxhumane nomndeni noma amaphoyisa aseMsinga e-Tugela Ferry.

Inamba: 060 738 3398

Uhlabeni niwulawule nina beSilo๐Ÿ™.

Address

R33 Road
Tugela Ferry
3010

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00

Telephone

+27622891432

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Imbongi YaseMsinga posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Imbongi YaseMsinga:

Shortcuts

Share

Category