26/08/2026
Sometimes we hinder our blessings by focusing on the opinions of those around us...
Apostle Paul said believers must work for their own salvation
If the blind man didn't call Jesus , he would have remained blind...
indodana kaThimewu uBartimewu, isinxibi esiyimpumputhe, wayehlezi ngasendleleni.
Wathi ukuba ezwe ukuthi nguJesu waseNazaretha, waqala ukumemeza ethi:
“Jesu, Ndodana kaDavide, ngihawukele!”
Abaningi bamkhuza, bathi kathule;
kepha kwayikhona wamemeza kakhulu, ethi:
“Ndodana kaDavide, ngihawukele!”
Wayesema uJesu, wathi:
“Mbizeni.”
Bayibiza impumputhe, bathi kuyo:
“Yima isibindi, usukume; uyakubiza.”
Yayisilahla ingubo yayo, yagxuma, yaya kuJesu.
UJesu washo kuyo, wathi:
“Ufuna ukuba ngikwenzeleni na?”
New Album Loading....
Next Stop: Tigane (North West)
TIGANE ARTISTS DEVELOPMENT
30TH AUG 2026
💙💎💙