04/07/2022
Angithathe lelithuba ngibonge kumaqembu Kamaskandi KaMaskandi akwazi ukuzethemba angenela umncintiswano Ka M'vumeni Local Maskandi Music Competition. Siyi ASALMA sidlulisa ukubonga okukhulu nakubapandeli bamaqembu abakwazi ukuyokweseka abaculi abakholelwa yibo siyabonga nakubo.njengoba sasishilo ukuthi Kwi top 3 yethu sisazohamba ibanga elide nabo kusazokuba kanjalo asibonge.🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻