Mhlakaza Naturopathic Doctor

Mhlakaza Naturopathic Doctor Our work is to provide and create platforms for the upcoming artists to showcase their talents.

23/03/2026

Qhubeka ubhebhe intombi ejovayo uzobona ngokuwa komthondo ukuthi utaba ushevu, ibuye ikusole futhi yona.

22/03/2026

Uma uyinsizwa kuhle ukuzihlanza ngaphandle nangaphakathi.

21/03/2026

Isiphithiphithi seZwe nalabo abahlezi kulonaπŸ€­πŸ€—πŸ˜‡

Abashadile bafuna ukwehlukanisa , Abangakashadi bawufuna phansi phezulu umshado.

Bayakhulelwa abanye bayazikhipha izisu , Abanye bayafisa ukukhulelwa kodwa ngebhadi abanikwang.

Izinsizwa zakhona zinquma amasende zithi ngaphakathi kuzo kuphila intombi kanti nezintombi zakhona zithi zingamadoda ngoba ngaphakathi kuzo zizwa kunamasende.

Onemali akayazi ayenzeni.... Abanye bayifuna ubusuku nemini lemali,

Abathi bayakholwa baphendukile batholakala otshwaleni bedakiwe ... Kanti laba ababizwa ngabahedeli ungaze uthi yibo amakholwa abaphuzi ababhemi nomoya wabo muhle wendlula owalaba abathi bayakholwa.

Amatsh*tshi athi asekhathele manje ayehluleka inyama ayisavumi .... Kanti abanye bayafisa ukubuyela ebuntombini babo.

Abashadile bayaphika bathi abakashadi uma befuna ukufeza izinhloso ezithize kwabathize... nalabo abangakashadi bazifaka ama ring bathi bashadile bengashadile.

Owayaziwa ukuthi uyafeba useganile... Kanti lo kwakuthiwa uziphethe kahle uyehla uyenyuka uyathilaza akamtholi umaqondana.

Esasibazi beshisa eykoleni namuhla bayabanda kanti laba ababebanda ..namuhla bayashisa bheee...

Owayefeyila esikoleni kuze kuthiwe akayikubalutho emahlebeni namuhla kodwa unemali uyena oqashe laba ababephuma o position 1 esikoleni.

Nansi nje enye intombazane ifuna umfana ongayifuni, ayibafuni laba abayifunayo. Enye ishiye noBaba wengane ngoba ithi uya cheat yayoba ikhwapha kwenye indoda .

Ay awuthi ngithule ngoba noze nithi sengithe πŸ€£πŸ˜… ngoba nalogogo okuthiwa uyathakatha akusiye othakathayo abathakathayo ilaba abathi uyathakatha.....

πŸ˜‡πŸ˜…πŸ€£

UCANSI NEMIKHUBA YALO:Ucansi luhle okwesikhashana kodwa ekuhambeni kwesikhathi lingaba nomthelela ongemuhle empilweni ya...
19/03/2026

UCANSI NEMIKHUBA YALO:

Ucansi luhle okwesikhashana kodwa ekuhambeni kwesikhathi lingaba nomthelela ongemuhle empilweni yakho ikakhulu uma uzolala nanoba ngubani. Abafundile bathi kwenze i spritual exchnage njalo uma wenza ucansi nomuntu lowo, amabhadi akhe aba ngawakho, amathunzi akhe amanyama aba ngawakho. Ukulala nentombi eyachithekelwa yisisu yangageza, noma eyakhipha isisu yangageza, noma ulale nendoda eyabulala umuntu, umuntu osebenzisa imithi emibi, nokunye okuningi, kungabanomthelela empilweni yakho, ubone izinto zakho sezihamba kancane, noma usuhlala ukhathele, izizwe engathi uthwele emahlombe akho, njalo uma udibana nomuntu wakho nibe nokudinekelana, ukucasuka njalo njalo. Kufanele, ilamathunzi amnyama owembethe, imijuluko namabhadi. Kuhle ukuthi njalo after having s*x nomuntu mhlawumbe ongazi noma ulala nawe kuphela yini, uzigeze, uhlambuluke. Ngithinteke ngikunike induku ozogeza ngayo, ufuthe, uphalaze, ugezeke.

Ku WhatsApp/Calls 079 290 7169

Address

KwaKunene/KwaKhohlwangifile, Riversdale
Paulpietersburg
3180

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mhlakaza Naturopathic Doctor posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Mhlakaza Naturopathic Doctor:

Share