15/05/2026
WONG'LIDA THEMBA LAMI
Yilo lolu siba lami ol'ngenza ng'bekude nawe sbutubutwana sababa
Awu kodwa nawe engathi ubamuhle mawala ngokjulile ke manje ngoba seng'goduka
Awu! kodwa siba wawungsuka ngani ngempela njengoba sosabalalisa usothandiweyo wami nenjabulo yetho ,kodwa yize kunjalo
WONGLINDA THEMBALAMI
Ngzothabatha loluhlaka lwami- ke ng'gudle lezya ntaba
Ey'vela kude- le klezya hlahla zomkhanya kude- ke ngyobheka uk'khanya ngalesi sgila engafumbathiswa sona amalangeni amahle
Ngyakthembisa isthembiso es' ngayujikiswa nay'dayimane nasiliva Sthandwa
Mina nawe syohlezi sibambene snamathelene okwey'nama
They say our love is directly proportional into our furture but inversely proportional into enemies
Yingakho ngzothi thembela kimi gugu lamaphupho ami nami ngyothembela kuwe thembile fezile wamaphupho ami
Ngzobuya gugu nana waka
WONGLINDA THEMBALAMI
Mang'buya syohlala k'lezya ntaba sbuke umhlaba, sbuke abantu , keslalele nomzwilili weynyoni oyobe unkenteza ngokjulile ey'ndlebeni zethu
Ngyohlezi ngithanda futhi ngnawe nangamaphupho thenjiwe wonglinda ngzobuys
WONGLINDA THEMBA LAMI
Nguwusonkondlokazi Rklillydapoet โบ๏ธโ๐ฟ๐ฆ