Senzo Shuni wensangu izinkondlo

Senzo Shuni wensangu izinkondlo Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Senzo Shuni wensangu izinkondlo, Poet, Johannesburg.

19/08/2024
18/08/2024

Sililo sentandane

Ukube uyavuswa umuntu emancwabeni ngabe ngiyamvusa .ukube uyavuswa umuntu emancwabeni ngabe ngiyamvusa umama abone lolusizi engikulo .

Awubuke nje manje sengize ngawumchilo imvula
Onamile noJabulani bahlezi endlini . phela banonina bona mina kuthiwe hamba mfanwami uyocinga izinkomo zikayihlo .
Angisayiphathi eyamakhaza azitapelayo ngami .nasentabeni akubandi kuyadelisa kuginqika ifinyila kuphela umkhuhlane uzozitholela inkundla yokudlala lapha Kimi . kunzima ukulahlekelwa umzali wakho .

Ukube uyavuswa umuntu emancwabeni ngabe nami zinethezekile endlini .ngabe lemvula ayizitiki ngami
Kuthiwa ukubekezela kuzala impumelelo .ngizozabalaza nalolugodo noma amatshe engashelela kodwa kancane kancane kuhle komnenke nenkumbu.ukube uyavuswa umuntu emancwabeni ngabe nami ngizivusela umama

Address

Johannesburg

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Senzo Shuni wensangu izinkondlo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category