Tholukuthi Hey

Tholukuthi Hey Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Tholukuthi Hey, Arts and entertainment, Johannesburg.

โ‡๏ธ๐—จ๐— ๐—š๐—ข๐—ฆ๐—œ ๐—ช๐—”๐— ๐—”๐— ๐—ฃ๐—˜๐—Ÿ๐—”โœณ๏ธโ‡๏ธ
โœณ๏ธThe Celebrity๐ŸŽธ๐ŸŽน๐ŸŽท๐ŸŽง News updateยฎ๏ธ Cali us whatever you might, we don't give a F #:ckโœ–๏ธ ๐Ÿ”ž๐—ฆ๐—œ๐—ก๐—š๐—”๐— ๐—”๐—Ÿ๐—จ๐—Ÿ๐—ช๐—”๐—ก๐—˜ ๐Ÿ˜ณ
๐˜€๐—ถ๐—ต๐—น๐—ฎ๐—น๐—ฒ๐—น๐—ฒ izindaba ๐˜‡๐—ฎ๐—ฏ๐—ฎ๐—ป๐˜๐˜‚ ngoba ๐—ฒ๐˜‡๐—ฒ๐˜๐—ต๐˜‚ ๐—ญ๐—œ๐—ฌ๐—”๐—ฆ๐—˜๐—›๐—Ÿ๐—จ๐—Ÿ๐—”โ€ผ๏ธ

01/09/2026

"NGU SEPTEMBER 1 NAMHLANJE?
Kushukuthi mhlawumbe yiApril Fool day ukuthi uPitso Mosimane useyi Coach yeBafana-Bafana futhi" -Kusho uChirwalii we Emzini Wezinsizwa.๐Ÿ˜€๐Ÿ˜€๐Ÿ˜„

24/08/2026

๐—จ๐—ก๐—š๐—ค๐—ข๐—ก๐——๐—ข๐—ก๐—š๐—ค๐—ข๐—ก๐——๐—ขโ€ผ๏ธKuthiwa ke yilensizwa eyahlela itulo lokusoconga uZolani Tete...

Bayakhuluma ke abantu...kuningi kakhulu esikuzwayo kodwa okungakaqinisekiswa mayelana nokubandakanyeka kwalensizwa, ogama layo linguZuzole Goqwana ekubulaweni kwalowo obenguMshayi-Sibhakela odumile, uZolani Tete ngoLwesihlanu ebusuku.

Lensizwa eneminyaka engu 22 nje kuphela beyivele eNkantolo yaseMdansane namhlanje ukuzofaka isicelo seBheyili.

Ngokwemibiko ke esiqinisekisiwe, kuthiwa ke yiyo kanye ke lensizwa enguNgqondongqondo (Mastermind) mayelana nokufa kukaZolani Tete...

Kanti ke kuthiwa yona lensizwa beyigekho ngoLwesihlanu ngesikhathi kudutshulwa, kubulawa uZolani Tete, kodwa ke yabe ๐—ถ๐˜๐—ต๐˜‚๐—บ๐—ฒ๐—น๐—ฒ ๐—ถ๐˜‡๐—ถ๐—ก๐—ธ๐—ฎ๐—ฏ๐—ถ ๐˜‡๐—ฎ๐˜†๐—ผ, ๐—ธ๐˜‚๐—ฏ๐—ฎ๐—ป๐—ฑ๐—ฎ๐—ธ๐—ฎ๐—ป๐˜†๐—ฎ ๐—ป๐—ฎ๐—น๐—ฒ๐˜‡๐—ถ ๐—ฒ๐˜‡๐—ถ๐—บ๐—ฏ๐—ถ๐—น๐—ถ ๐—ฒ๐˜‡๐—ถ๐˜‡๐—ผ๐˜†๐—ถ๐—ท๐—ผ๐˜†๐—ถ๐—ป๐—ฎ ๐—ธ๐˜‚๐˜€๐—ฎ๐˜€๐—ฎ uma seyiphindela enkantolo futhi ukuyozama ukufaka isicelo seBheyili futhi...

Angeke ngikhulume kakhulu ngengikuzwa kukhulunywa ngabantu ngoba phela lelicala seliseNkantolo...

Kodwa ke kukhona abathi, njengoba lensizwa ihamba ngeWheelchair nje, yadutshulwa nguyena uMfoka Tete...
Ukuthi ke kwakubangwani?...Kudela owaziyoโ€ผ๏ธ

๐—ž๐—ผ๐—ฑ๐˜„๐—ฎ ๐—ธ๐—ฒ ๐—ฝ๐—ต๐—ฒ๐—น๐—ฎ ๐—น๐—ฒ๐˜‡๐—ผ ๐˜†๐—ถ๐˜‡๐—ถ๐—ป๐˜๐—ผ ๐—ป๐—ท๐—ฒ ๐—ฒ๐˜‡๐—ถ๐—ธ๐—ต๐˜‚๐—น๐˜‚๐—ป๐˜†๐˜„๐—ฎ ๐—ป๐—ด๐—ฎ๐—ฏ๐—ฎ๐—ป๐˜๐˜‚ ๐—ฒ๐—บ๐—ฎ๐—ธ๐—ต๐—ผ๐—ป๐—ฒ๐—ป๐—ถ, ๐—ฒ๐˜‡๐—ถ๐—ป๐—ด๐—ฎ๐—ธ๐—ฎ๐—พ๐—ถ๐—ป๐—ถ๐˜€๐—ฒ๐—ธ๐—ถ๐˜€๐˜„๐—ฎ...

Kodwa ke kona kuzwakala sengathi isuka kude kakhulu lendaba kanti ke futhi baningi abantu abangase bakhalelwe ngamaSongo kaSgonyela...

Ake sivaleni imilomo, bese silindela okuzokhulunywa eNkantolo...

Icala liyaqhubeka kusasa,
๐—”๐—ž๐—˜ ๐—ฆ๐—œ๐—ง๐—›๐—จ๐—Ÿ๐—˜๐—ก๐—œ, ๐—ฆ๐—œ๐— ๐—”๐— ๐—˜๐—Ÿ๐—˜...

21/08/2026

KODWA JESU NGO ZOLANI TETEโ€ผ๏ธ Saze sangena kabuhlungu kuleMpelaSonto...

Hawu, kanti kwenzakalani ngempela eSouth Africa? Baphela kabuhlungu kangaka abantu esibathandayo !!!

Kuqeda kudutshulwa kwabulawa iMbethi-Manqindi esiyithandayo, ๐˜‚๐—ญ๐—ผ๐—น๐—ฎ๐—ป๐—ถ ๐—ง๐—ฒ๐˜๐—ฒ manje nje esekhaya lakhe eMdantsane, eEast London....

Kanti ke akukatholakali kahle-hle isizathu esibe yimbangela yokubulawa kwakhe...

๐—ฆ๐—ถ๐˜‡๐—ผ๐—พ๐—ต๐˜‚๐—ฏ๐—ฒ๐—ธ๐—ฎ ๐—ป๐—ผ๐—ธ๐˜‚๐—ฏ๐—ต๐—ฎ๐—น๐—ฎ ๐—ป๐—ด๐—ผ๐—ญ๐—ผ๐—น๐—ฎ๐—ป๐—ถ ๐—ง๐—ฒ๐˜๐—ฒ, sizolulandelela loludaba lokudutshulwa kwakhe size sithole okube iyona imbangela,

Kodwa ke, yena sizomvalelisa ngoLwesihlanu oluzayo..

๐—ฆ๐—ถ๐˜†๐—ฎ๐—ฏ๐—ผ๐—ป๐—ด๐—ฎ...

21/08/2026

SIGXEKA UHULUMENI NGENDELELO YAMA NURSE EZIBHEDLELA: Asebenza ngaphansi kwengcindezi ngenxa yokushoda kweStaff...

KuleMpelaSonto singena ngokuzwelana ๐—ป๐—ฒ๐˜‡๐—ถ๐—š๐˜‚๐—น๐—ฎ๐—ป๐—ฒ ๐—ธ๐—ฎ๐—ป๐˜†๐—ฒ ๐—ป๐—ฎ๐—บ๐—ฎ๐—ก๐˜‚๐—ฟ๐˜€๐—ฒ ngempatho etholakala ezibhedlela ebangelwa yingcindezi etholwa ngamaNurse ngenxa yokugcwala ezibhedlela...

Sigxeka uHulumeni ngokuvala izibhedlela emva kwa 1994.

1. Kwavalwa iHillbrow Hospital.
Yenziwa iClinic...

Bonke abantu sebeya eJohannesburg Hospital...
Manje ke lokhu kwenza ukuthi kugcwale kakhulu laphaya eJoburg Gen..

Uyabona mina nje ngalimala kanzima eminyakeni edlule,...
kodwa kwathatha 3 days ukuthi nginikwe umbhede eWodini...
ngangilokhu ngilaliswe eRecepton-Awaiting Ward,
lapho kulaliswa khona izigulane ezilindele imibhede emaWadini...

Ngawuthola umbhede after 3 days.
Ngesikhathi ngifika eWodini, kwafanele futhi ngilindele another extra 2 days ukuze ngiyongena eTheatre, ngoba kwakuthiwa kuigcwele iBooking yokungena eTheatre...

Kwangithatha 5 days ukuyohlinzwa eTheatre, ngenxa yokugcwala eJohannesburg Hospital...

Lapho ke uma utshela amaNurse ukuthi usezinhlungwini, ayevele athi:
"๐—”๐—ธ๐˜‚๐˜๐—ต๐—ถ๐—ป๐—ฎ ๐—ฒ๐˜€๐—ถ๐˜๐—ต๐—ฒ ๐—น๐—ถ๐—บ๐—ฎ๐—น๐—ฎ ๐—•๐—ฎ๐—ฏ๐—ฎ, ๐—ป๐—ด๐—ฎ๐—ธ๐—ต๐—ผ ๐—ธ๐—ฒ ๐˜‚๐—ป๐—ด๐—ฎ๐˜‡๐—ผ๐˜€๐—ถ๐˜๐—ฒ๐˜๐—ฒ๐—บ๐—ฒ๐—น๐—ฎ ๐—น๐—ฎ๐—ฝ๐—ต๐—ฎ!".

Hey, ayedelela amaNurse ase Johannesburg Hospitalโ€ผ๏ธ
๐—”๐—ป๐—ด๐—ถ๐˜„๐—ฎ๐—ฐ๐—ฎ๐—ฏ๐—ฎ๐—ป๐—ด๐—ถ...

Kodwa ke into engayibona wukuthi,
Asebenza ngaphansi kwengcindezi amaNurse ngenxa yokugcwala kwezibhedlela...

Yingakho ke nje,
Sigxeka uHulumeni ngokuvala izibhedlela ezifana nabo Hillbrow Hospital emva kwa 1994, ngoba zazilekelela ukwenza umsebenzi wamaNurse ubelula...
kanti ke nosizo futhi lwalufinyelela kalula ebantwini.

Akekho umuntu okwakumthatha 5 days ukuyohlinzwa eTheathe ngaphambi kuka 1994,
Izibhedlela zaziningi futhi zisebenza kamnandi..

๐—จ๐—ธ๐˜‚๐—ป๐—ด๐—ฒ๐—ป๐—ฎ ๐—ธ๐˜‚๐—ธ๐—ฎ๐—›๐˜‚๐—น๐˜‚๐—บ๐—ฒ๐—ป๐—ถ ๐—ผ๐—ฝ๐—ต๐—ฒ๐˜๐—ต๐˜„๐—ฒ ๐˜†๐—ถ๐—ป๐˜๐—ฎ๐—ป๐—ฑ๐—ผ ๐˜†๐—ฒ๐—ป๐—ถ๐—ป๐—ด๐—ถ ๐—ธ๐˜„๐—ฎ๐—บ๐—ผ๐˜€๐—ต๐—ฎ ๐—ป๐—ฒ๐˜‡๐—ถ๐—ป๐˜๐—ผ ๐—ผ๐—ธ๐˜„๐—ฎ๐—ธ๐˜‚๐—ป๐—ด๐—ฎ๐—ณ๐—ฎ๐—ป๐—ฒ๐—น๐—ฒ ๐˜‚๐˜‡๐—ถ๐—บ๐—ผ๐˜€๐—ต๐—ฒ...

Isibhedlela saseHillbrow sasinosizo olubaluleke kabi kwizakhamuzi zaseSouth Africa esezihlala enkabeni yedolobha laseGoli...

Yebo kona ngiyazi ukuthi lesenzo esehlakale kwiVideo senzeke eKing Dinuzulu, eThekwini,
kodwa ke,
kunama similarities ezintweni ezenzeka ezibhedlela zaseSouth Africa...

Ngakho ke,
HULUMENI SICELA UYIBHEKISISE KAHLE LENDABA YAKHO YOKUVALA IZIBHEDLELA EMVA KWA 1994,
๐—ง๐—ต๐—ฒ ๐—š๐—ผ๐˜ƒ๐—ฒ๐—ฟ๐—ป๐—บ๐—ฒ๐—ป๐˜ ๐—ป๐—ฒ๐—ฒ๐—ฑ๐˜€ ๐˜๐—ผ ๐—ฟ๐—ฒ๐˜ƒ๐—ถ๐—ฒ๐˜„ ๐˜๐—ต๐—ฒ ๐˜‚๐—ป๐—ป๐—ฒ๐—ฐ๐—ฒ๐˜€๐˜€๐—ฎ๐—ฟ๐˜† ๐—ฐ๐—น๐—ผ๐˜€๐˜‚๐—ฟ๐—ฒ ๐—ผ๐—ณ ๐˜๐—ต๐—ฒ ๐—›๐—ผ๐˜€๐—ฝ๐—ถ๐˜๐—ฎ๐—น๐˜€ ๐—ฎ๐—ณ๐˜๐—ฒ๐—ฟ 1994 because it might be one of the contributions kulama Stresses atholwa ngamaNurse ngenxa yokugcwala ezibhedlala...

Kodwa ke, ๐˜‚๐—ฑ๐—ฎ๐—ฑ๐—ฒ๐˜„๐—ฒ๐˜๐—ต๐˜‚ ๐—น๐—ผ๐—ป๐—ฎ ๐—ผ๐˜†๐—ถ๐—ก๐˜‚๐—ฟ๐˜€๐—ฒ,
๐— ๐—ซ๐—ข๐—Ÿ๐—˜๐—Ÿ๐—˜๐—ก๐—œ ๐—ฌ๐—˜๐—ก๐—” ๐—•๐—”๐—™๐—ข๐—ช๐—˜๐—ง๐—›๐—จ bese nimphindisela emsebenzini because
It looks like she's working under pressure..

Engathi ningaba neMpelaSonto emnandi,
๐—ซ๐—˜๐—ฆ๐—›๐—˜๐—Ÿ๐—œ๐— ๐—ฌ๐—ข๐—Ÿ๐—œ ๐—ž๐—จ๐—ก๐—œ ๐—ก๐—ข๐—ก๐—ž๐—˜ ๐—˜๐— ๐—”๐—ž๐—›๐—”๐—ฌ๐—”.

19/08/2026

LIQINISILE IGEZA LAKWAMGUBE: Kubukeka sengathi kwaba nengxabano-thizeni ngaphambi kokwenzeka koMshophi.

Uqinisile uMgube, sicela amaPhoyisa eze nezimpendulo ezinqala mayelana nePolo elashayisa imoto eyabe ihamba iNkosi yamaGcokama, uScebi Dlamini kanye nalowo obeyiGidangoma lakhe, uGupta Mchunu...

Emva kokubona womabili lamaVideo okugcina enziwe yilabafana, kanye naleVideo yokushayisana kwezimoto,
๐—ธ๐˜‚๐—ฏ๐˜‚๐—ธ๐—ฒ๐—ธ๐—ฎ ๐˜€๐—ฒ๐—ป๐—ด๐—ฎ๐˜๐—ต๐—ถ ๐—ฏ๐—ฒ๐—ธ๐˜‚๐—ป๐—ฒ๐—ป๐—ด๐˜…๐—ฎ๐—ฏ๐—ฎ๐—ป๐—ผ ๐—ฒ๐—ธ๐—ต๐—ผ๐—ป๐—ฎ ๐—ฒ๐—บ๐—ด๐˜„๐—ฎ๐—พ๐—ฒ๐—ป๐—ถ ๐—ฝ๐—ต๐—ฎ๐—บ๐—ฏ๐—ถ๐—น๐—ถ๐—ป๐—ถ...

1. KwiVideo yokuqala leyo esiyiPhoste kwiNhlanganisela yamaVideo okuvalelisa uScebi ngoLwesihlanu:

-kubonakala uScebi kanye noGupta bemise imoto emgwaqeni, sengathi bakhuluma nomuntu bethi:
"๐—ญ๐—ถ๐˜†๐—ฎ๐—ธ๐—ต๐—ฎ๐—น๐—ฎ, ๐—ธ๐—ฎ๐—ป๐˜๐—ถ ๐˜‚๐—ป๐—ด๐˜‚๐—ฏ๐—ฎ๐—ป๐—ถ ๐˜„๐—ฒ๐—ป๐—ฎ? ๐—ž๐—ฎ๐—ป๐˜๐—ถ ๐˜‚๐—ฑ๐˜‚๐—บ๐—ฒ ๐—ป๐—ด๐—ฎ๐—ป๐—ถ ๐˜„๐—ฒ๐—ป๐—ฎ?"

Emva kwalokho bese uGupta elandela uScebi bayoma ndawonye ekhoneni lemoto!".

Lokho kuyacacisa ukuthi kukhona umuntu noma abantu abebekhuluma nabo.

Kanti ke leyo kube yiVideo yokugcina abayenze besadla anhlamvana...

Kanti ke .ngibe sengibheka iVideo yokushayisana kwezimoto engiyiPhoste namhlanje ehlangene noMgube:

1. KuleVideo yokushayisana kwezimoto kubukeka sengathi bekunempi nje yezimoto emgwaqeni,

-kukhona imoto evele iqhamuke igqangashiya idweba emgwaqeni ngejubane elinzima kakhulu...
- emva kwalokho , kulobo bumnyama,
kuthwishike iPolo seliyongena vele emotweni kaScebi...
Liyishaye ngalesosikhathi...

Umbuzo ke uthi,
Lishonephi lona iPolo elishayise imoto kaScebi?

Ngoba phela nabo kufanele bavele bazobabaza ngaloMshophi owenzekile uma kube yiphutha...

๐— ๐—ฎ๐—ป๐—ท๐—ฒ ๐—ธ๐˜„๐—ฎ๐˜๐—ต๐˜‚๐—น๐—ฎ ๐—ธ๐˜„๐—ฎ๐˜๐—ต๐—ถ ๐—ฐ๐˜„๐—ฎ๐—ธ๐—ฎ ๐—ป๐—ท๐—ฒ ๐—ผ๐—ต๐—น๐—ฎ๐—ป๐—ด๐—ผ๐˜๐—ต๐—ถ๐—ป๐—ถ ๐—น๐˜„๐—ฒ๐—ฃ๐—ผ๐—น๐—ผ?
Kodwa kube kuyibona ababe yimbangela yengozi.

Cha, liqinisile ngempela nje iGeza lakwaMgube,
๐—ฆ๐—ถ๐—ฐ๐—ฒ๐—น๐—ฎ ๐—ฎ๐—บ๐—ฎ๐—ฃ๐—ต๐—ผ๐˜†๐—ถ๐˜€๐—ฎ ๐—ฒ๐˜‡๐—ฒ ๐—ป๐—ฒ๐˜‡๐—ถ๐—บ๐—ฝ๐—ฒ๐—ป๐—ฑ๐˜‚๐—น๐—ผ ๐—บ๐—ฎ๐˜†๐—ฒ๐—น๐—ฎ๐—ป๐—ฎ ๐—ป๐—ฒ๐—ฃ๐—ผ๐—น๐—ผ kanye nabantu ababephakathi kwalo ukuthi baphelelephi bona.

Kwenzakalani ngabo?

๐—ฆ๐—ถ๐˜†๐—ฎ๐—ฏ๐—ผ๐—ป๐—ด๐—ฎ.

13/08/2026

๐—ฆ๐—œ๐—ฌ๐—”๐—•๐—ข๐—ก๐—š๐—” ๐—ž๐—ช๐—œ๐—•๐—›๐—ข๐—ฉ๐—” ๐—Ÿ๐—œ๐—ž๐—”๐— ๐—ง๐—›๐—ช๐—”๐—ž๐—”๐—ญ๐—œ: Ngokukhuza abantu baseZimbabwe abathuka abanye abantu bakhona eZimbabwe abazwelana nokudlula kukaScelo, iNkosi yamaGcokama emhlabeni.

Siyabonga Bhova likaMthwakazi ngokukhuza labobantu baseZimbabwe abathuka labo abavalelisa uScelo kumaSocial Media.

Inkinga wukuthi abantu kabawazi umculo ukuthi wenziwa kanjani...

Mina nje ngiyazi kahle nje ukuthi ๐˜‚๐—บ๐—ฐ๐˜‚๐—น๐—ผ ๐—ธ๐—ฎ๐— ๐—ฎ๐˜€๐—ธ๐—ฎ๐—ป๐—ฑ๐—ถ ๐˜„๐—ฒ๐—ป๐˜‡๐—ถ๐˜„๐—ฎ ๐—ป๐—ด๐—ผ๐—ธ๐˜‚๐—ต๐—น๐—ฎ๐—ป๐—ด๐—ฎ๐—ป๐˜†๐—ฒ๐—น๐—ฎ ๐˜†๐—ถ๐˜„๐—ผ๐—ป๐—ฎ ๐˜„๐—ผ๐—ป๐—ธ๐—ฒ ๐˜‚๐—บ๐˜‚๐—ป๐˜๐˜‚ ๐˜„๐—ฎ๐˜€๐—ฒ๐—ฆ๐—ผ๐˜‚๐˜๐—ต๐—ฒ๐—ฟ๐—ป ๐—”๐—ณ๐—ฟ๐—ถ๐—ฐ๐—ฎ.

๐—ก๐—ด๐—ถ๐˜€๐—ต๐—ผ ๐˜‚๐— ๐˜๐˜€๐—ต๐—ฒ๐—ป๐—ด๐—ถ๐˜€๐—ฒ๐—ป๐—ถ ๐—ถ๐—บ๐—ฏ๐—ฎ๐—น๐—ฎ, ubenabantu baseZimbabwe asebenza nabo uma enza amaculo akhe eStudio.

Lapha eGoli sihlangene, siyinto eyodwa asicwasani ngobuhlanga,
๐—ณ๐˜‚๐˜๐—ต๐—ถ ๐—ธ๐—ฒ ๐—ฎ๐—ธ๐˜‚๐—ธ๐—ต๐—ผ ๐˜‚๐—ธ๐˜‚๐—ฐ๐˜„๐—ฎ๐˜€๐—ฎ๐—ป๐—ฎ ๐—ป๐—ด๐—ผ๐—ฏ๐˜‚๐—ต๐—น๐—ฎ๐—ป๐—ด๐—ฎ ๐—ฒ๐—ป๐—ฑ๐—ถ๐—บ๐—ฒ๐—ป๐—ถ ๐˜†๐—ฒ๐˜‡๐—ผ๐—บ๐—ฐ๐˜‚๐—น๐—ผ,

Siyazi futhi ukuthi abantu baseZimbabwe badlale indima enkulu ekusabalaliseni kanye nasekuthengeni umculo kaMaskandi..

๐—ž๐—ฎ๐—ป๐˜๐—ถ ๐—ณ๐˜‚๐˜๐—ต๐—ถ ๐˜€๐—ถ๐˜†๐—ฎ๐˜„๐˜‚๐˜๐—ต๐—ฎ๐—ป๐—ฑ๐—ฎ ๐˜‚๐—บ๐—ฐ๐˜‚๐—น๐—ผ ๐—ธ๐—ฎ๐— ๐—ฎ๐˜€๐—ธ๐—ฎ๐—ป๐—ฑ๐—ถ ๐˜„๐—ฎ๐˜€๐—ฒ๐—ญ๐—ถ๐—บ๐—ฏ๐—ฎ๐—ฏ๐˜„๐—ฒ. .
Ngoba phela munye umculo kaMaskandi...

Kanti ke futhi iyodwa iNkosi kaMaskandi sonke siyayazi...
nabaculi bakaMaskandi baseZimbabwe bayayihlonipha iNkosi kaMaskandi...

Kanjalo ke beyiyodwa iNkosi yamaGcokama,
ngakho ke,
๐—ฉ๐—จ๐— ๐—˜๐—Ÿ๐—”๐—ก๐—œ ๐—”๐—•๐—”๐—ก๐—ง๐—จ ๐—•๐—”๐—ฆ๐—˜๐—ญ๐—œ๐— ๐—•๐—”๐—•๐—ช๐—˜ abathanda umculo kaMaskandi ๐—•๐—”๐—ž๐—›๐—”๐—Ÿ๐—˜๐—Ÿ๐—˜ ๐—œ๐—ก๐—ž๐—ข๐—ฆ๐—œ ๐—ฌ๐—”๐— ๐—”๐—š๐—–๐—ข๐—ž๐—”๐— ๐—”.

Ngakho ke ๐—ฆ๐—ถ๐˜†๐—ฎ๐—ฏ๐—ผ๐—ป๐—ด๐—ฎ ๐—•๐—ต๐—ผ๐˜ƒ๐—ฎ ๐—น๐—ถ๐—ธ๐—ฎ๐— ๐˜๐—ต๐˜„๐—ฎ๐—ธ๐—ฎ๐˜‡๐—ถ,
uNkulunkulu akubusise,

Siyabonga.

Address

Johannesburg
2000

Telephone

+27682829394

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Tholukuthi Hey posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Tholukuthi Hey:

Shortcuts

Share