12/08/2026
Hlukana ne Ex yakho move on ngempilo kuzolunga one day nawe uzojabula njengabo bonke abanye bantu 🥺❤️. uzomthola umuntu wangempela uzoyithola happiness & uzokhohlwa nokuthi wake wezwa ubuhlungu 😭✅. don't badmouth your Ex no just be matured , grow don't block him or her hlukana nomuntu phuma kuye 😭♾️. text those who texts you , post what you feel is right & just enjoy life ukhona umuntu okufuna ngehliziyo yakhe yonke 🥹❤️. ukhona impela yena ukuthi uthule okwamanje ucashile somewhere uzovela ngesikhathi esifanele esasidaliwe 🥹❤️.