29/04/2026
Mthwalume namaphethelo ngiyakhuleka kunina 🙏 nangu umdlalo omuhle oza emthwalume indawo kungase kube ise Nomakhanzana hall noma Sbanini hall akuka qinisekiswa 🙏 inhloso yalo mcimbi ukususa izingane ezitolo zibe nento ezizoyenza after school, ukuziqhelisa ezidakamizweni naso phuzweni oludakayo🙏 igama lomcimbi : Umzumbe ingezo yezikole festival 🔥kusayi 1st annual baf2 siyacela ukthi siwuphathe kahle lomcimbi futhi siweseke ngoba izingane kakhulukazi zabafana ziyawuthanda lomdlalo 🙏sibe sesibona ukthi akangasali amaciko ase emthwalume ayobe eshiyelana inkundla 🔥🔥 kuwo sibala u ThaKziin Rsa, Malimaza, MC Mpungusheung, MC Mqapheli, Gobizwe and many more 🙏 u R200 per group for ukungenela umdlalo wengezo (only schoolUmzumbe Municipalitycipality ) isivakashi sethu sosuku kuyobe ku Principal Wengezo okungubhuti owasungula lomdlalo abanye bewudelela kodwa manje usu kwelinye izinga🤝🙏esangweni abazobe bezobukela bazongena mahhala 🫵 ngiyacela siwuhlabe siwulawule 🙏 for more information xhumana no Sanele ku 063 028 9661 WhatsApp and calls 🙏 !! 🫧💦🤝