27/07/2025
Mhla ngvakashele girlfriend Yami yakwaMashu P10
"
AI Thina njengomndeni syathuka ngiba uKhekhe sekunesikhathi esife impela samgcina,futhbasimazi nokuth uhlala kephi nail yoMashu akakaze nje asivakashise lapho athi uhlala khona,into afika ayenye nje ukushiya izingane ahambe ashiye izingane zakhe ahambe"Ikhanda lamiblase lizula ngalesoskhathi sengingezwa kwalutho echazwa umama kwase kukuningi.
Ngase ngilubele ngizama ukufonelana nefon eyayilokhu ingifaka kuvoicemail ngyabhala kuwhatsapp angiphendulwa.
"Kwangathi sizimoshele iskhathi la" kwase lusho omunye womalume esasihamba nabo "AI ayikho lenkukhu asambeni" waqhubela AI bavalelisa omalume bacela indlela.
Umama kaKhekhe wangtshela kuth angokwazisa uKhekhe avele Kubo Uma kwenzeka ngimubona.Ai shame mina ngyabonga intombazane yaze yangigila ngiya kwaMashu la ngiya khona uzongithola Kahle uKhekhe ndini Lo.Ngatshela omalume kuth sidlule kwaMashu siyobheka uKhekhe ezochaza Kahle ngalento saphikelela khona.Safikake kwaMashu ngadilika ngedwa emotweni ngiqonde khona eroomini yakhe lompampuruka,kwakuvuliwe nje emnyango angzange ngisaknocka ngagulukudela phakathi ngangidiniwe ngamngena sengithi"Khekhe Kanti yin le ongenza yona nx!!!!ungenzani ngempela?!!!!"
Ngithi ngingakaligwinyi ngabona ngedoda ende eyiskweqe nekhanda elicwebezela imbunculu isukuma embhedeni angiwzwanga yasukuma yathini ,ngaqhubeka "Khuluma phela sfebe waqhunsula amehlo😳" Haw uKhekhe ndini ngyambona esengiphusha engikhiphela phandle ngazimelela ngamphusha wahlehlela kusofa.Ngathi ngiqeda nje ngezwa qimu ekhanda lizula ngayophoseka emnyango,ngangiheadwa ilesgora sangiposa emnyango ngathi ngyasukuma kwangasukumeka ngawa futhi"nxx!!..nxx!!!" Imina phela owayeselibele enxapha intengapheli ngezwa selukhona ongiphakamisayo Kanti umalume ukuthibwaphuma Nini emotweni namibangazi,esengiphakamisile ngaphunyula ngithibngith ngyokhahlela umnyango ngideale noKhekhe Kanti sengikhahlela ingane yakhe uKhekhe ngezwa isihabiya ngangingasaboni saphuma futhi isgora sangbamba sangphakamisa sangphosa phansi this Timi sangibuka ukuthi ngimfunani umama wezingane zakhe😭😭
Ai ngangingasaboni lutho ngezwa umalume esexolisa wangithatha wayobgifaka emotweni base behla bonke baphindela khona.Abahlalanga iskhathi eside ngabona sebengena emotweni bayishaya yazula ......iyaqhubeka