TKS Production

TKS Production News and current affairs in South Africa and around the world

Kuminyene endimeni, isikhathi sokuthi bonke abaculi badedele abebekupheka uqalile lonyaka ka 2026.
28/08/2026

Kuminyene endimeni, isikhathi sokuthi bonke abaculi badedele abebekupheka uqalile lonyaka ka 2026.

Umama wesizwe uthi uSupporter iPirates uma esho kodwa izenzo zikhomba ukuthi uyiMpofana. Nansi iproof.
27/08/2026

Umama wesizwe uthi uSupporter iPirates uma esho kodwa izenzo zikhomba ukuthi uyiMpofana. Nansi iproof.

UNgizwe Mchunu uthi naye usezovula eyakhe inhlangano manje ebizwa nge "INTOMBI NOBUNTOMBI" ngoba manje uPhakelumthakathi...
27/08/2026

UNgizwe Mchunu uthi naye usezovula eyakhe inhlangano manje ebizwa nge "INTOMBI NOBUNTOMBI" ngoba manje uPhakelumthakathi "unoBunsizwa Nobunsizwa"

Uphinde wakuveza ukuthi yena mudala kulezinto, kudala abhekana nezimpi manje akakwazi ukuvumela izingane ezingakaze zibone ngisho umnyango we Police station ukuthi unjani.

Nansi ilink ngezansi nakuma comments, yenziwe u Zwide production

https://www.facebook.com/reel/1600483281773896/?s=yWDuG2&fs=e

27/08/2026

Abalandeli beKaizer Chiefs bathi sebekhathele ngu goal keeper wabo u Petersen. Bathi basola ukuthi akasathandi ukudlalela le team ngoba umdlalo nomdlalo wenza amaphutha.

Ingqwele, iSecurity le country liyabonga kubalandeli balo nge support abayinika lona. Selikwazile ukuzakhela ikhaya nge ...
27/08/2026

Ingqwele, iSecurity le country liyabonga kubalandeli balo nge support abayinika lona. Selikwazile ukuzakhela ikhaya nge support nje evela kubantu.

Congratulations nkunzi

Konakele endimeni, mhlaka 4 & 5 September ziyakhala kwabanye abaculi.
26/08/2026

Konakele endimeni, mhlaka 4 & 5 September ziyakhala kwabanye abaculi.

Usuku lwesithathu lolu njengoba uSnqamu elokhu eTrende njalo.
25/08/2026

Usuku lwesithathu lolu njengoba uSnqamu elokhu eTrende njalo.

Kuyaqala kuyavuleka kuSnqamu emva kokuba ekhiphe izingoma eziwu 4 ezidla ubhedu kulezinsuku. Zonke lezingoma zeaiNqamu z...
25/08/2026

Kuyaqala kuyavuleka kuSnqamu emva kokuba ekhiphe izingoma eziwu 4 ezidla ubhedu kulezinsuku. Zonke lezingoma zeaiNqamu ziwenqile u100000 views ku youtube okuwumlando lokhu okwenzekayo.

Umakoti we country usalokhu ezithole njalo izipho, abantu babonga inhlonipho yakhe.
25/08/2026

Umakoti we country usalokhu ezithole njalo izipho, abantu babonga inhlonipho yakhe.

Alukho olungafiki, uma ungakalithengi iticket phuthuma impela ukuze uzobuka ubumnandi
25/08/2026

Alukho olungafiki, uma ungakalithengi iticket phuthuma impela ukuze uzobuka ubumnandi

Address

Durban
4000

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when TKS Production posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share