Thoban Tk imbongi Yama Qiniso

Thoban Tk imbongi Yama Qiniso Thoban Tk imbongi sqhuba ikusasa noma kunzima ✍️🎤
For Booking Call 076 497 4742

Lapho mina sengiphoze ngiqedile bona basangi gxeka njj  kanti mele ngime kanjan 😂😂😂
29/11/2025

Lapho mina sengiphoze ngiqedile bona basangi gxeka njj kanti mele ngime kanjan 😂😂😂

Sivuka sishone khona singayeki ukuzama ngoba kunezi nhlanhla ezifihlwe ngaphansi kobuhlungu njj nom sngalwa kuze kunqamu...
29/11/2025

Sivuka sishone khona singayeki ukuzama ngoba kunezi nhlanhla ezifihlwe ngaphansi kobuhlungu njj nom sngalwa kuze kunqamuke zona izandla 😊❤👊🏽🙏🏽

28/11/2025

ekhaya 💔😭

28/11/2025

Amakhaza😊🥶

28/11/2025

Ngyacela ningi supportis page lam 😊❤🙏🏽🙏🏽

Nkosi uwea owaziyo ukuzama kwami ngikubeka entenden yesandla sakho angisoze ngayeka ukuzama ngisebenzela ikusasa labantw...
28/11/2025

Nkosi uwea owaziyo ukuzama kwami ngikubeka entenden yesandla sakho angisoze ngayeka ukuzama ngisebenzela ikusasa labantwana bami bangakhuli baphile lempilo ebengi phila ngisebenzela ukuvusa umuzi wakithi njj 😊❤🙏🏽🙏🏽

Ukuzimisela kukuthatha kukubeke kwelinye izinga 😊Eyama Qiniso le 😊❤❤         ゚
28/11/2025

Ukuzimisela kukuthatha kukubeke kwelinye izinga 😊Eyama Qiniso le 😊❤❤

Masise ndimeni enkulu ungasi phazamisi ❤️🔥🔥
16/02/2025

Masise ndimeni enkulu ungasi phazamisi ❤️🔥🔥

Asishiye bejabule ngomsebenzi omuhle oqhubekayo ❤️ngizobe ngenza engidume ngazo mufuna ukwazi asihlangane khona ❤️✌️✌️
15/02/2025

Asishiye bejabule ngomsebenzi omuhle oqhubekayo ❤️ngizobe ngenza engidume ngazo mufuna ukwazi asihlangane khona ❤️✌️✌️

23/01/2025

Umdali akangi lethelanga ukuzohluleka la 🤞ngizolwa kuze ngize ngibe mfishane ❤️✊✊

Asibambane khona Emsakazweni uMOYA FM ❤️✊✊
23/01/2025

Asibambane khona Emsakazweni uMOYA FM ❤️✊✊

Kusebenzwa kanzima njalo njj mase kuphume ilanga 💔✊✊Ewuu syehla syenyuka Impumelelo yethu ivinjwe Yithina ayingoba izand...
18/01/2025

Kusebenzwa kanzima njalo njj mase kuphume ilanga 💔✊✊

Ewuu syehla syenyuka
Impumelelo yethu ivinjwe
Yithina ayingoba izandla zethu
Bezifinyeziwe ukuba bezingesebenza
Inkinga ithina esibeka Abantu phambili
Ukuthi bazothini masihluleka ngike
Ngezwa isandla esingi bamba sakungi
Mbambatha izwi elingimemeza sakungi
Hlebela lithi vuka uncenge isayinde
Indlela ekuhlalele noma ubuye uphathwe
Idolo endleleni uzawuphumula ungalilahli
Ithawula uzolidinga mase kumele usule
Umjuluko

Address

Madundube
Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Thoban Tk imbongi Yama Qiniso posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category