Vezi Production

Vezi Production Content creator

Ukhishwe nge pepper spray kwi container umfoka Lembede ongowokufika,ubezivalele esedayisela ngemumva eLovu,igcine ikhish...
29/08/2026

Ukhishwe nge pepper spray kwi container umfoka Lembede ongowokufika,ubezivalele esedayisela ngemumva eLovu,igcine ikhishiwe impahla yonke ngaphakathi.

Amalunga omphakathi amuchaze njengomuntu onodlame njengoba ezame ukugwaza umfaka ekuseni.

Uphumile umphakathi wase Lovu kuvalwa izitolo zabokufika
29/08/2026

Uphumile umphakathi wase Lovu kuvalwa izitolo zabokufika

27/08/2026

A Ugandan lady has 3 kids that are still in school, she says she would've gone home but the problem is money

👀
27/08/2026

👀

Kade ngikhuluma nomunye ubhuti ongowukufika sikhuluma ngendaba ya Santos wase ethi ucela ngingamuvezi ekhasini lami angaveli nangesitolo. Ugama kalibizwa uthi uSantos bamhlonipha kakhulu futhi bayamuthanda kangangokuba makukhona okungenzeka kuyena ngeke basonge izandla. Uthi uSantos ufana no baba kubona ngoba uyabeseka kukho konke abakwenzayo kanti nomphakathi wase Gamalakhe nase Mthwalume kuningi akwenzele wona , abahluphekile ubathengela izijumbane zokudla. Uphinde waveza ukuthi eSouth Africa bazele ukuzophucula izimpilo zabo neza base Ningizimu. Ugama kalibizwa uphethe ngokuthi makungakhona othinta uSantos angeke bazisonge izandla kodwa izwe leli lingapetuka libe mapeketwana loko kuyoba ukukhombisa ukweseka umkhaya wabo.

Celokwakhe Cele TV

27/08/2026
26/08/2026

According to ubaba the Police ordered him to go by th 24th of August

26/08/2026

26/08/2026

Lastborn arrives

Address

Durban

Telephone

+27739921662

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Vezi Production posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Vezi Production:

Shortcuts

Share