Gubhelarhmedia Filim Makers

Gubhelarhmedia Filim Makers We here to reach a goal of an artist

11/08/2024

Uuqalile umshikashika 48Hours Filim project Competition umema bonke o Filim makers Actors and Producers ukuthi singenele or sibe ingxenye yecommpetitio

Ulwazi olwanele ungangena ePagin labo uthi 48 Hours Filim Project uzitholele ulwazi olwanele ngokungenela

Thina nje sesiphakathi ungathi awuzwanga

23/07/2024

Lights, camera, action! 🎬

Registration is now open!

As we celebrate the opening of registrations, we Introduce the vibrant new logo of the 48 Hour Film Project Durban – where creativity meets the clock!

Get ready for 48 hours of non-stop filmmaking excitement and join us on this adrenaline-fueled journey.

Lights, camera, Durban!

Register your team at:
www.48Hourfilm.com/Durban

15/02/2024

Lalela👂🏿:

Mhlazane wafa🤔 or washona thina🙄 thina sogijima🕺🏿👣 sizo post sithi R.I.P.🗣️ sfake izthombe sinawe👬 senze sengathi besi zwana kakhulu nawe🙌🏿

ngo suku lomgcwabo syofika sizo kfihla🤨 siswenke siconsa👊🏿 abanye bazo buka ikini🏠 etc. Sfike sngangeni nase nkonzweni⛪ yakho😩 some ngaphandle🤔 svule ama boot🚗 sphuze🍾🍻

sishaye amahlaya😁 shleke😹 sidle🍜🍰🥃 sihambe👣. Uyabona🙄 labantu bangakini🏘️ obathatha kancane😩??

Laba abakufuna oR2 ungabaniki💰?? Laba othi mawhlabile🐮🐮🐑🐄 ubanike ikesi nebhodlela🍾 elishibhe kunawo wonke😭?? Ibona abazo fika ngo 04: ekseni🏌🏿 bephethe amathuluzi abo✍🏿

bezo klungsela indlu yakho yogcina😢. Ibona laba abathi mase bezwile ukuthi kune sifo⚰️ kini babeke phansi amageja😏 bazilele wea🤨 kodwa still umndeni ubafuqa ngestambu🥣 esomile😩 nebhakede lesizulu🍶 nama hewu😭.

Kodwa thina🙌🏿 esfike sama nga phandle😊 occ bakho batatazela beze bewe besi fuqa ngama plate angqangqayo🍛🍲 , bese syazshela sizidle🍑🍆 izngane zakini ungasekho wea✍🏿

labantu ohlala nabo kulezi ndawo zenu🤔 baxoxa ngawe ku wtsp📱 bethi "hawu🤨 oe😩 ubese hlulwa nawu kthenga upende🙄 apende Kubo" lapho ulala phansi kwayena 😢 impilo eyakho bheka abantu ophila nabo😊👊🏿 nami bengmane ngisho nje✍🏿

17/01/2024
Thanks for being a top engager and making it on to my weekly engagement list! 🎉 Ntando Yentliziyo Yam, Nombu Nzimande, Z...
02/01/2024

Thanks for being a top engager and making it on to my weekly engagement list! 🎉 Ntando Yentliziyo Yam, Nombu Nzimande, Zanele Luthuli

Kusele 30 minete sithi happy birthday  and happy new year kwikhehla elazala mina mumbo omhlophe Ngunezi zihlandlo kaGcwa...
31/12/2023

Kusele 30 minete sithi happy birthday and happy new year kwikhehla elazala mina mumbo omhlophe Ngunezi zihlandlo kaGcwabe Singela wena okhanya amasi esiswini Gubhela sibeside esimjembelezane happy birthday 🎊🎉🎁🎆✨🎇🎈🧨🎁🎀🎊🎉

Singenekahle sonke onyakeni ngayanithanda kakhulu mcwaaaaaa❤❤❤❤

Nkosi ngibonga impilo ongiphayona mihlanamalanga ngivuka ngihamba nangezinqola mlilo kukubi ukukuhle kunzima Kodwa awuka...
24/12/2023

Nkosi ngibonga impilo ongiphayona mihlanamalanga ngivuka ngihamba nangezinqola mlilo kukubi ukukuhle kunzima Kodwa awukaze wangilahla ulokhu unami kanye nomndeni wami phinda uqhubeke ukhusele imndeni wami nabantwana bese uphinda ungiphe okokubeka ukudla etafuleni🙏

Ngibonga ukufika kuleskhathi ontangayethu basemajele abanye sihamba phezukwabo Kodwa nakhu mina ngyaphila bekungeyona intando yami Kodwa kungumusa wakho🙏

Bese ubusisa 🙏wonke ofunde lepost abenosuku oluhle lukaKhisimusi nijabule nizibheke ngyanithanda 🥰

06/11/2023

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Xolani Shusha, Qanqosh Senzela

28/09/2023

📺
🎬

  business  meeting  home of Art       Gundyt zihlobo luv u all❤ inkosi inibiyele kulobusuku 🙏
20/07/2023

business meeting home of Art





Gundyt zihlobo luv u all❤ inkosi inibiyele kulobusuku 🙏

Address

Durban

Telephone

+27624236493

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gubhelarhmedia Filim Makers posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Gubhelarhmedia Filim Makers:

Share

Category