Izinkondlo N.P imbongi encane

  • Home
  • Izinkondlo N.P imbongi encane

Izinkondlo N.P imbongi encane I'm Nonhlanhla Jwara from Mandawe I'm a Poetry plz follow and like mY page Guys'❤🙈👍

25/11/2022

my WhatsApp Number ofuna ngimuhayele ngitholakala kule number....👉063-514-6794❤

24/11/2022

Ngiyaz aningifunii

Ngiyaz sningifunii kodua ngipheni ithuba ngichaze
mina angzondi muntu
Kodua umuntu
Ozonda mina
sengikhethe ukuvele
ngiflathele ngiziphilele
eyamiie impilo

Sengbonile futh
ngifundile eyamiie impilo inzima
Ziyasizakala nezitha
ngoba zyabona
angiphumeleli
nempilo ayipheleli
Ikona ngivele ngakhetha ukuflathela
ngiziphilele eyamiie
impilo

N.p. imbongi encane

23/11/2022

ngyazi aningifunii 💔😭

Ngcel ukubona abazoyifunda😭❤🙏🙏

22/11/2022

Njabulo yamiie

Sengimtholile ojabuzojabulisa inhliziyo yam sengitholile ozongeseka
Sengimtholile owami umaqondana
Sengimtholile othandweni ngeyami nhliiziyo sengimtholile engizokhosela kuye

Kunini nkunini ngikudinga Sthandwa Sami ngicela ungangiphoxi yaz manginawe ngizwa ngathi inhliziyo yam ithunjiwe

phela alupheli usuku masibabili singatshelani ukuthi siyathandana
Ngifuna uthando lwethu lucwebe njer ngamanzi acwebile
Ngikhulama njer ngi happy ukufika lwakho enhlizwen yam ukhiphe zonke izilonda wanginesa wangiduduza wanginika uthando engili dizevayo nam ngicela ungivumele ngikuph uthando
olunemfudumalo phakathi nenjabulo yothando ngicela ngeze ngiziqhenye ngawe kakhulu
Sthandwa Sami

Njabulo yamiie

N.p.imbongi encane

20/11/2022

Njabulo Yamiie❤😚

Ngcel ukubona abazoyifunda❤😚

18/11/2022

Sekwanele

Sikhalile singabantu besifazane
sekwanele seskhathele
izinyembezi zenele
kunini sasikhala
ningenandaba ningabantu besilisa
ninukubeza noma
umncane noma umdala anikhethi
aninanembeza

sekwanele skhathele ukubulawa sibulawelwa izingane zethu
syadinga ukucatshangelwa
syadinga ukunakekelwa

Sekwanele
N.p.imbongi.encane.

18/11/2022

sekwanele😭💔

Ngcel ukubona abazoyifunda📍❤😭

10/11/2022

izinYembezi zomzaLi

Waskhihla esililo
umama ngambuka ngadabuka
eswele umuntu uzomduduza ngith ukusondela
kuye ngiyasaba ngyaqhaqhazel
akafune ngisho ukuthintwa phela
uzitshela ukuth akekho omthandayo
asho kancane ath nesdingo sokungiduduza angisasboni
mntanamii ungamoshi iskhath vele namiie
ngyanishiya esho zehla izinyembezi
emehlweni abheke phansi ath usuyongikhonzela koyosala nabo
mhlampe bayojabula
mangingasekho vele bebengangifunii
futh namiie angisenandaba namuntu vele akekho umuntu obenendaba namiie usungangishiya mtanamiie ungikhonzele kulabo oyosala nabo

N.p...imbongi encane

10/11/2022

IZINYEMBEZI ZOMZALI😭💔

Ngcel ukubona abazoyifunda❤😩

30/10/2022

THANKS FOR 1K likes and 1k followers thank you guys for supporting me love you all my fan's❤🙈😊😌

27/10/2022

Impilo yamiie

ezamiie izinkinga azipheli njalo
mangicbng kufika
Izinyembezi phela
mina bengikhula
kanzima nabazali
anginabo sengphenduk inhlekisa ngisho
nezingane zihlekisa ngamiie
ngifundile kepha
sengaphenduk
umbhali ngenxa
yokuth ngiyisihlupheki
akekho ofuna ukuhLalisana
namiie mina lempilo angisayifuni
ngoba nabantu
abangifunii ukube
kuya ngamiie ngabe ngiyayishiya lempilo ngikhathele
ukuhlupheka nkosi ngenelela
nakhu ngilahlekelwa

Impilo yamiie
N.p.imbongi.encane.

Address


Telephone

+27635146794

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izinkondlo N.P imbongi encane posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

  • Want your establishment to be the top-listed Arts & Entertainment?

Share