Amawele mabaso SA

  • Home
  • Amawele mabaso SA

Amawele mabaso SA ZULU MOVIES

18/09/2022

Fellow south Africans 🙈😅 from today I'll be sharing job opportunities in this page so let's like and comment please guy 💪🤝 nawe Uma kukhona lapho owazikhona ukuthi kuyaqashwa ngithumelele ngipost mhlampe uyosizakala omunye ✊✊

06/11/2020

Sanibonani emini balandeli bePage😀 ngithi nje ngicela ukuzwa ukuphawula kwenu nganasi isihloko uyalike bese uyaCommenta kumahhala zinhlobo zegazi🤗🙏 Uma kungathiwa bhala imovie uyisusela ekhanda lakho ngamawele afanayo ungabhala✍️uthini nje? Uku-like kwakho Kanye nokuCommenta kwakho uwedwa kuyisibusiso kithi ngyabonga uNkulunkulu anigcine kanye nemndeni yenu ngizobonga kakhulu kulabo abazophumelela ukufeza isicelo Sami👊🤝🙏👂?

03/11/2020

Sanibonani kwelikaPhunga nomaGeba🤗 siyethemba niphile nonke lapho nikhona , cha bafethu siyaphinda futhi sindlulisa okukhulu ukubonga kunina nonke enigcine nikwazi uku-Joyina leliPage uNkulunkulu anibusise niphumelele kukho konke enikwenzayo🙏🏽 umsebenzi wokushutha imovie uyaqhubeka noma abanye abafethu esisebenzisana nabo bebhizi benesikhathi esingekho kahle but kancane kancane iyoze iphelele, sicela nisibekezelele😭 ngoba nathi asifuni ukunikhombisa umbukiso ongavuthiwe. SIcela wonke umuntu okuleli page alike onke amapost uNkulunkulu asigcinele nina siyanithanda zihlobo zethu zegazi sibonge ithuba🤗🙏🏽

27/10/2020

Sanibonani ntambama🤗 sithi asidlulise okukhulu ukubonga kubo bonke abagcine bekwazile uku-like noku-follow uNkulunkulu anibusise niphumelele kukho konke enikufisayo , sithi nje sijabule kakhulu 💃💃 sicela niqhubeke niwuhlabe niwulawule uMkhosi siyanithanda 😍❤😭 nilale kahle nonke ngobuningi benu🤗

SANIBONI BOSISI NOBHUTI SINITHULELA NANTI IPAGE NGOKUSEMTHETHWENI INHLOSO YALEPAGE KUNOMNDLALO OSENDLELENI ESIPHEZU KWAW...
26/10/2020

SANIBONI BOSISI NOBHUTI SINITHULELA NANTI IPAGE NGOKUSEMTHETHWENI INHLOSO YALEPAGE KUNOMNDLALO OSENDLELENI ESIPHEZU KWAWO NJENGAMANJE ESIWUSHUTHAYO OWAMAWELE ESINESIFOSO SOKUTHI UGCINE UFINYELELE KINI NGOKUSEMTHETHWENI SICELA I-SUPPORT JUST LIKE THE PAGE AND FOLLOW SIYANICELA SINGAMAWELE AKWAMABASO EJOZINI🤗

Address


Telephone

+27725483939

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amawele mabaso SA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

  • Want your establishment to be the top-listed Arts & Entertainment?

Share