Msweli Weympendulo

Msweli Weympendulo Lebo Da Poet...
uMsweli Wey'mpendulo...

Tiktok account: lebo_da_poet

ukuloba Nami✍️

17/06/2024
16/04/2024

Visit my Tiktok account 🙌

05/01/2024

Imizwa yothando
--
Ngifun' ukukbhalela inkondlo
ngemizwa yothando..
ngoba lent' engiyizwa ngaphakathi
ngathi ngingak'bhalela Yona phansi,
ngifun' ubambe nansi..
inhliziyo Yami okmele ukwazi
yake yazam' ukthanda ngaphambilini..
ungabe usazinaka lezo zibazi
mina sengfuna ukukwenza umfazi,
ubani obazi
ngisangathi mangbon' umuntu ngigijinyelwe igazi,
ngisho ngoba besengfungile ngithi ngyabavalelisa othandweni
yimi manj osengena nemnyango futhi ngyabingelela,
ungenze ngazizwa ngthandwa
ngyasola ungelinye lezimbambo zami,
ulubambo lwami yeywena thambo lami...
lePedros phela sebebaningi abathand' eleKentucky,

Angeke ngikuqambel' amanga
ngithi ulilanga liphuma
kodwa ngikufanisa nalo liphuma,
angsaziboni ngempela ngphumA..
kulolu thando lwami nawe umnyango angsaw'boni,
yini engathi awuboni..
ukuth' uthando lwakho luyangihlanyisa
noma naw' usuvalek' amehlo
angisoli love is blind..
ngiktshele ke..
ngathi ungahlez' useduze kwami
ngikukhumbuze njal ukuth' ngyakthanda,
ungenza happy nengxabano yayzolo ngyaykhohlwa yaz ungumkhohlisi...
ngincuma njalo mangikbona
yaz' ungphendul' uhlany' uyang'hlanyisa
makuhlwil' uyakhanyisa lalela ke...
ungadlali lamakhehl' anemal' eningi wena udinga uthando..
hlala nami..nami nawe..
mina nawe sokwenz' abantwanA.

Address

2975 36th Avenue Clermont
Clermont

Telephone

+27634227048

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Msweli Weympendulo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Establishment

Send a message to Msweli Weympendulo:

Share

Category